资讯

UMQEQESHI we-Orbit College, uPogiso Makhoye, usephumele obala ngokufiswa nguMonnapule Saleng osanda kubolekiswa yi-Orlando ...
AMEHLO azothi nj kuGlenrose Xaba wakuleli, noDebash Desta wase-Ethiopia njengoba kubhekwe ngabomvu ukuthi bazokwazi yini ...
UDonovan Chislett, owake wagijima kwiManning Rangers nakuMaZulu, uveze lokhu engxoxweni ekhethekile neSolezwe ese-England.
Umqeqeshi omusha we-Orlando Pirates, u-Abdeslam Ouaddou, uveze ukuthi akazwani nabadlali ababamba beyeka uma sebengene ...
I-Hello Yes Marketing idalule ukuthi ebantwini abawu-26. 7 million bakuleli zwe abasebenzisa i-internet, kukhona u-95% ...
Ekhuluma nabezindaba umengameli Cyril Ramaphosa uthe: " Namuhla yisikhathi esibuhlungu, kodwa futhi yisikhathi sokubungaza ...
KUZOBAJABULISA abalandeli bekhilikithi ukuthi uzoqala ngoDisemba nfesikhathi samaholidi umqhudelwano wesine weBetway SA20.
Cishe bonke abalandeli unobhutshuzwayo emhlabeni bakhombisa izimpawu zokuzwela iChelsea njengoba izobhekana nePSG ...
Obhekele ezokukhangisa kule nkampani, uNkosenhle Hlophe, uthe bajabule kakhulu ngokuthi ekugcineni lo msebenzi omngaka ...
Uthe ubathintile ngasese ukuxolisa futhi uzimisele nangokukhukuma nabo ubuso nobuso. Uqhube wathi yize umsebenzi wakhe kwiRHOD ungahlangene noweGagasi kodwa yena nesiteshi bavumelene ngokuthi amukele ...
USAZIWAYO uNomachule "Norma" Mngoma, uzogeqa amagula ngokubhidlika komshado wakhe  kulandela ukukhala ngaphansi okwentshebe yaKwaMashu kobengumyeni wakhe, uMnuz Malusi Gigaba.
Natal, uNkosikhona Mhlakwana, kuvela ukuthi usethole isigwebo seminyaka emithathu ngemuva kokuba iSouth African Institute for Drug-Free Sport imthole nesikhuthazi.